ISonto, Juni 30, 2024
Isiwula asithokozi ngokuqonda,kuphela ngokuveza okusenhliziyweni yakhe.
UMgqibelo, Juni 29, 2024
Ningamdabukisi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu enabekwa uphawu ngaye kuze kube lusuku lokuhlengwa.ULwesihlanu, Juni 28, 2024
Izwi likaKristu alihlale phakathi kwenu, livame, nifundisane ngokuhlakanipha konke, niyalane ngamahubo, nangezihlabelelo, nangamaculo okomoya, nimhubele uNkulunkulu ezinhliziyweni zenu ngokubonga.ULwesine, Juni 27, 2024
Ngokuba akayikugudluka kuze kube phakade;olungileyo uyakukhunjulwa kuze kube phakade.
ULwesithathu, Juni 26, 2024
Nazi ukuthi ukuvivinywa kokukholwa kwenu kuveza ukukhuthazela.ULwesibili, Juni 25, 2024
Ngokuba umuntu ukholwa ngenhliziyo kube ngukulunga, ngomlomo uyavuma kube ngukusindiswa.UMsombuluko, Juni 24, 2024
Sivulele isimungulu umlomo wakho,umele bonke abantwana abayizintandane.
ISonto, Juni 23, 2024
Owesibili yilo: ‘Womthanda umakhelwame wakho njengalokhu uzithanda wena.’ Awukho omunye umyalo omkhulu kunale.UMgqibelo, Juni 22, 2024
Yizwa, Israyeli: uJehova uNkulunkulu wethu, uJehova, munye; wothanda uJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho, nangawo wonke umphefumulo wakho, nangawo onke amandla akho.ULwesihlanu, Juni 21, 2024
Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami;ngiyethemba izwi lakho.
ULwesine, Juni 20, 2024
Ngakho-ke lindani, ngokuba anazi ukuthi iNkosi yenu iyakufika ngaluphi usuku.ULwesithathu, Juni 19, 2024
UNkulunkulu akasiye umuntu ukubaaqambe amanga,
nandodana yomuntu ukuba azisole;
ushilo, angayikukwenza, na?
Ukhulumile, angayikukuphelelisa, na?
ULwesibili, Juni 18, 2024
INkosi ayilibali ngesithembiso sayo, njengalokhu abanye bathi kungukulibala, kepha iyanibekezelela, ingathandi ukuba kubhubhe namunye, kodwa ukuba bonke beze ekuphendukeni.UMsombuluko, Juni 17, 2024
“Bayakuba ngabami,” usho uJehova Sebawoti, “babe yimfuyo yami ngosuku engiyakulwenza, ngibahawukele, njengalokhu umuntu ehawukela indodana yakhe emkhonzayo.”ISonto, Juni 16, 2024
Makabongwe uNkulunkulu, uYise weNkosi yethu uJesu Kristu osibusisile ezulwini kuKristu ngesibusiso sonke sokomoya.UMgqibelo, Juni 15, 2024
Ngobakho, Jehova, ubukhulu, namandla, nodumo, nenkazimulo, nobukhosi, ngokuba konke okusezulwini nasemhlabeni kungokwakho; ngowakho umbuso, Jehova; wena uphakeme, uyinhloko phezu kwakho konke.ULwesihlanu, Juni 14, 2024
Kepha ozibongayo makazibonge eNkosini. Ngokuba akusiye ozincomayo ovunywa abongwe, kepha yilowo iNkosi emncomayo.ULwesine, Juni 13, 2024
Phakama, Nkulunkulu,phezu kwezulu,
inkazimulo yakho ibe phezu komhlaba wonke.
ULwesithathu, Juni 12, 2024
Ngalokho zithobeni phansi kwesandla sikaNkulunkulu esinamandla, ukuze aniphakamise ngesikhathi esifaneleyo.ULwesibili, Juni 11, 2024
Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa, masizihlambulule ekungcoleni konke kwenyama nokomoya, siphelelise ubungcwele ngokumesaba uNkulunkulu.UMsombuluko, Juni 10, 2024
Ndodana yami, lalela amazwi ami,ubeke indlebe yakho kukho ukukhuluma kwami.
Makungachezuki emehlweni akho,
ukugcine phakathi kwenhliziyo yakho.
ISonto, Juni 9, 2024
“Kepha manje,” usho uJehova,“phendukelani kimi ngenhliziyo yenu yonke,
nangokuzila ukudla, nangokukhala,
nangokulila.”
UMgqibelo, Juni 8, 2024
Kusukela kuleso sikhathi uJesu waqala ukushumayela nokusho ukuthi: “Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele.”ULwesihlanu, Juni 7, 2024
Imiyalo kaJehova ilungile,ijabulisa inhliziyo;
umyalezo kaJehova uhlanzekile,
ukhanyisa amehlo.
ULwesine, Juni 6, 2024
Yilo umyalo wami wokuba nithandane, njengalokho nginithandile.ULwesithathu, Juni 5, 2024
Ukubekezela kwenu akwaziwe ngabantu bonke; iNkosi iseduze.ULwesibili, Juni 4, 2024
Buyani ngokusola kwami;bhekani, ngiyakuthulula umoya wami phezu kwenu,
nginazise amazwi ami.
UMsombuluko, Juni 3, 2024
Kepha izithelo zikaMoya ziluthando, nokujabula, nokuthula, nokubekezela, nobubele, nobuvi, nokukholeka, nobumnene, nokuzithiba. Akukho mthetho omelana nokunjalo.ISonto, Juni 2, 2024
Ngokuba uNkulunkulu akasiphanga umoya wobugwala, kepha owamandla, nowothando, nowokuzikhuza.UMgqibelo, Juni 1, 2024
UNkulunkulu ohlalisa imihlalaqha ezindlini,akhiphele iziboshwa ekubuseni;
ngabahlubukileyo bodwa abakhe ezweni elomileyo.
Izihloko ezihlobene
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Inkolo
Ngalokho ngithi kini: Konke...
Umndeni
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Umkhuleko
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Kepha ukwahlulela makugobhoze njengamanzi,nokulunga njengomfula onganqamukiyo.