Wayefundisa kwelinye lamasinagoge ngesabatha. Bheka, kwaba khona owesifazane onomoya wobuthakathaka iminyaka eyishumi nesishiyagalombili, eseqhothile engenakululama nempela. Kwathi uJesu embona, wambiza, wathi kuye: “Mame, ukhululiwe ebuthakathakeni bakho.” Wabeka izandla phezu kwakhe; weluleka khona lapho, wamdumisa uNkulunkulu.
Umphathi wesinagoge, ecunukile ngokuba uJesu ephulukisile ngesabatha, waphendula, wathi kuso isixuku: “Kukhona izinsuku eziyisithupha okufanele ukusetshenzwa ngazo; ngakho-ke anoza ngazo, niphulukiswe, kungabi ngosuku lwesabatha.”
Kepha iNkosi yamphendula yathi: “Bazenzisi, kanti yilowo nalowo kini kayithukululi yini ngesabatha inkabi yakhe noma imbongolo yakhe emkhombeni, ayise ukuyoyiphuzisa, na? Kepha lona, eyindodakazi ka-Abrahama, uSathane abembophile, bhekani, iminyaka eyishumi nesishiyagalombili, bekungafanele yini ukuba akhululwe kuleso sibopho ngosuku lwesabatha na?”
Wathi ukuba asho lokho, bajabha bonke ababemelene naye; isixuku sonke sathokoza ngemisebenzi yonke yenkazimulo eyenziwe nguye.

Ivesi elingahleliwe ...
- Imali
- Inhlakanipho
- Inhliziyo
- Injabulo
- Inkolo
- Insindiso
- Intethelelo
- Isibi
- Isibusiso
- IZulu
- IZwi likaNkulunkulu
- Khulekela
- Okubi
- Thembekile
- UBaba
- UJesu
- Ukudla
- Ukukhuluma
- Ukulalela
- Ukulalela umthetho
- Ukulunga
- Ukuncika
- Ukuphila
- Ukuphila okungunaphakade
- Ukuqonda
- Ukuthobeka
- Ukuthula
- Ukuvangela
- Ukuvikela
- Ukwethemba
- Umakhelwane
- Umhlaba
- Umkhuleko
- UMoya
- UMoya Oyingcele
- Umthetho
- Umusa
- Umvuzo
- UNkulunkulu
- Uthando
Incazelo
Njalo lapho ikhasi lilayishwa kabusha, kuboniswa elinye ivesi leBhayibheli elikhuthazayo. Chofoza inkinobho ethi 'Ivesi elilandelayo' ukuze ulayishe kabusha ikhasi!Ufuna intando kaNkulunkulu?
Ungazama ukubuza umbuzo kuNkulunkulu ngomthandazo omfushane, bese ucindezela inkinobho ethi 'Next verse'. Ungahle uthole impendulo eZwini laKhe ...Izihloko ezihlobene
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Inkolo
Ngalokho ngithi kini: Konke...
Umndeni
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Umkhuleko
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Egcina izindlela zokulunga,elondoloza imikhondo yabathembekileyo bakhe.