DailyVerses.netIzihlokoIvesi elingahleliweBhalisa

Ivesi elingahleliwe UBaba

Akuthengwa yini imizwilili emibili ngendibilishi na? Kepha akuyikuwa phansi namunye kuyo ngaphandle kukaYihlo. Kodwa kini zibaliwe nezinwele zonke zekhanda lenu. Ngakho maningesabi; nina niyayidlula imizwilili eminingi.

Incazelo

Njalo lapho ikhasi lilayishwa kabusha, kuboniswa elinye ivesi leBhayibheli elikhuthazayo. Chofoza inkinobho ethi 'Ivesi elilandelayo' ukuze ulayishe kabusha ikhasi!

Ufuna intando kaNkulunkulu?

Ungazama ukubuza umbuzo kuNkulunkulu ngomthandazo omfushane, bese ucindezela inkinobho ethi 'Next verse'. Ungahle uthole impendulo eZwini laKhe ...