Kepha uNkulunkulu wokuthula owakhuphula kwabafileyo umalusi omkhulu wezimvu ngegazi lesivumelwano esimiyo njalo, iNkosi yethu uJesu, makaniphelelise kukho konke okuhle, ukuze nenze intando yakhe, esebenza phakathi kwethu khona lokho okuthokozisayo emehlweni akhe ngoJesu Kristu; makube kuye inkazimulo kuze kube phakade naphakade. Amen.

Izihloko ezihlobene
Ukuthula
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Isivumelwano
Yazi-ke ukuthi uJehova uNkulunkulu...
Ukuvuka
UJesu wathi kuye: “Mina...
Isibusiso
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Ukulandela
Niyakuhamba njalo endleleni uJehova...
Amavesi eBhayibheli osuku
Onemiyalo yami ayigcine, nguyena ongithandayo; ongithandayo uyakuthandwa nguBaba, nami ngiyakumthanda, ngizibonakalise kuye.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Kepha abamethembayo uJehovabayathola amandla amasha,
bayakhuphuka ngamaphiko njengezinkozi,
bagijime bengakhathali,
bahambe bengapheli amandla.Ivesi elilandelayo