- Ngokuba thina siyizisebenzi kanye noNkulunkulu, nina niyinsimu kaNkulunkulu, niyisakhiwo sikaNkulunkulu.
- Anazi yini ukuthi niyithempeli likaNkulunkulu nokuthi uMoya kaNkulunkulu uhlala kini na?
- Uma umuntu echitha ithempeli likaNkulunkulu, uNkulunkulu uyakumchitha yena, ngokuba ithempeli likaNkulunkulu lingcwele; niyilo-ke nina.
- Makungabikho ozikhohlisayo; uma umuntu phakathi kwenu ethi uhlakaniphile kulesi sikhathi, akabe yisiwula, ukuze ahlakaniphe.
Izihloko ezihlobene
Isonto
Masiqaphelane, ukuze kuvuswe uthando...
Ubungcwele
Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa...
Umphakathi
Masiqaphelane, ukuze kuvuswe uthando...
Ukukhonza
Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo...
Ukuvangela
Ngokuba iNkosi isiyalezile kanjalo...
UMoya Oyingcele
INkosi inguye uMoya; kepha...
Amavesi eBhayibheli osuku
Indodana ehlakaniphileyo ithokozisa uyise,kepha indodana eyisiwula ilusizi kunina.
Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Lapho kufika ukuziqhenya,kufika nehlazo;
kepha kwabathobekileyo kukhona ukuhlakanipha.Ivesi elilandelayo