- UJehova ungumalusi wami,
angiyikuswela.
Uyangilalisa emadlelweni aluhlaza;
uyangiyisa ngasemanzini okuphumula. - Noma ngihamba esigodini sethunzi lokufa,
angesabi okubi, ngokuba wena unami,
intonga yakho nodondolo lwakho ziyangiduduza. - Impela okuhle nomusa kuyakungilandela
imihla yonke yokuphila kwami;
ngiyakuhlala endlini kaJehova kuze kube phakade.
Izihloko ezihlobene
Isibusiso
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Ukuphumula
Zanini kimi nina nonke...
Ukuncika
Ngokuba yimina Jehova uNkulunkulu...
Uvalo
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Isikhuthazo
UJehova nguye ohamba phambi...
Ukufa
UJesu wathi kuye: “Mina...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kepha olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukufumana.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Konke okuphefumulayo makudumise uJehova.Haleluya!Ivesi elilandelayo