- Makabongwe uNkulunkulu, uYise weNkosi yethu uJesu Kristu osibusisile ezulwini kuKristu ngesibusiso sonke sokomoya.
- Esinokuhlengwa kuye ngegazi lakhe, ukuthethelelwa kwezono ngokwengcebo yomusa wakhe.
- Ukuze uNkulunkulu weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wenkazimulo, aniphe umoya wokuhlakanipha nokwambulelwa ekumazini yena.
- Ekhanyisiwe amehlo enhliziyo yenu, nize nazi okuyithemba lobizo lwakhe nokuyingcebo yenkazimulo yefa lakhe kubo abangcwele.
Izihloko ezihlobene
Ukuqonda
Ngibize, ngiyakukuphendula, ngikutshele izinto...
Indumiso
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Isibusiso
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
IZulu
Ngokuba iNkosi uqobo iyakwehla...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
UMsindisi
Uthando lukulokhu, kungesikho ukuthi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngakho, vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko oqinileyo wolungileyo unamandla kakhulu.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngokuba iNkosi isiyalezile kanjalo ukuthi:“ ‘Ngikubekile ube ngukukhanya kwabezizwe,
ube yinsindiso kuze kube semkhawulweni womhlaba.’ ”Ivesi elilandelayo
