- Zonke izilwane eziphilayo ziyakuba ngukudla kwenu; ngiyaninika konke kube njengemifino eluhlaza. Kepha inyama okukuyo umphefumulo wayo, okungukuthi igazi layo, aniyikuyidla.
- Ngizakumisa isivumelwano sami nawe; akusayikubhujiswa nyama ngamanzi kazamcolo; akasayikuza uzamcolo ukuba achithe umhlaba.
- Ngizakumisa uthingo lwami emafwini, lube luphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.
Izihloko ezihlobene
Isivumelwano
Yazi-ke ukuthi uJehova uNkulunkulu...
Izethembiso
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Ukudla
Ngokuba usuthisa umphefumulo olangazelayo...
Igazi
Owasikhulula emandleni obumnyama nowasibeka...
Ukuphepha
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Amavesi eBhayibheli osuku
Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla ayakuba senhliziyweni yakho, ubafundise impela wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Konke okuphefumulayo makudumise uJehova.Haleluya!Ivesi elilandelayo
