- Noma umkhiwane ungakhahleli,
kungabikho izithelo emvinini,
umsebenzi womnqumo uphuthe,
amasimu angavezi ukudla,
izimvu zinqunywe esibayeni,
kungabikho nkomo ezibayeni,
nokho mina ngiyakuthokoza ngoJehova,
ngijabulele uNkulunkulu wokusindiswa kwami. - UJehova, iNkosi yami,
ungamandla ami,
wenza izinyawo zami zibe njengezezindluzelekazi,
angenze ukuba ngihambe ezindaweni zami eziphakemeyo.
Izihloko ezihlobene
Injabulo
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Insindiso
Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba...
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Isivuno
Kepha yena onika ohlwanyelayo...
Ukuthela
Ubusisiwe umuntu othemba kuJehova...
Iwayini
Hamba udle isinkwa sakho...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba uNkulunkulu kasiye ongalungile ukuba akhohlwe umsebenzi wenu nothando enalubonakalisa ngakulo igama lakhe, lokhu nibakhonzile abangcwele, nisabakhonza.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami,ngiyakufuna ekuseni;
umphefumulo wami womele wena;
inyama yami ilangazelela wena
ezweni elomileyo eligagadekileyo,
lapho amanzi engekho khona.Ivesi elilandelayo
