- UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi kwakho,
iqhawe eliyakukusindisa;
uyakujabula ngawe ngentokozo,
athule othandweni lwakhe,
ethabe ngawe ngokuhlabelela. - Funani uJehova nina nonke bathobekileyo bomhlaba
enisebenzile ukwahlulela kwakhe;
funani ukulunga; funani ukuthobeka;
mhlawumbe niyakusitshekelwa ngosuku lolaka lukaJehova.
Izihloko ezihlobene
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Injabulo
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Umhlengi
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Ukucula
Kepha mina ngizakuhlabelela ngamandla...
Ukufuna
Niyakungifuna, ningifumane, lapho ningifunisisa...
Ukuvikela
Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu...
Amavesi eBhayibheli osuku
Kepha-ke uma umuntu engabondli abakubo, kakhulu abakwakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi kunongakholwayo.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha;emlonyeni wakhe kuphuma ukwazi nokuqonda.Ivesi elilandelayo
