DailyVerses.netIzihlokoIvesi elingahleliweBhalisa

UZefaniya

  • UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi kwakho,
    iqhawe eliyakukusindisa;
    uyakujabula ngawe ngentokozo,
    athule othandweni lwakhe,
    ethabe ngawe ngokuhlabelela.
  • Funani uJehova nina nonke bathobekileyo bomhlaba
    enisebenzile ukwahlulela kwakhe;
    funani ukulunga; funani ukuthobeka;
    mhlawumbe niyakusitshekelwa ngosuku lolaka lukaJehova.

Amavesi eBhayibheli osuku

Yena uyinhlawulo ngezono zethu, kungengezethu zodwa kodwa nangezezwe lonke.

Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:

Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakho

Ivesi leBhayibheli elingahleliwe

Kepha-ke ngaphandle kokukholwa akwenzeki ukumthokozisa; ngokuba ozayo kuNkulunkulu umelwe ukukholwa ukuthi ukhona nokuthi ungumvuzi walabo abamfunayo.Ivesi elilandelayo

Sekela iDailyVerses.net

Siza mina ukusakaza iZwi lika Nkulunkulu
Nikela