- Ngobakho, Jehova, ubukhulu, namandla, nodumo, nenkazimulo, nobukhosi, ngokuba konke okusezulwini nasemhlabeni kungokwakho; ngowakho umbuso, Jehova; wena uphakeme, uyinhloko phezu kwakho konke.
- Ingcebo nenkazimulo kuvela kuwe, wena ubusa phezu kwakho konke; esandleni sakho kukhona amandla nezikhwepha, esandleni sakho kukhona ukukhulisa nokunika bonke amandla.
- Ngokuba ngingubani mina, nabantu bami, bayini ukuba sibe namandla okunikela ngenhliziyo engaka na? Ngokuba konke kuvela kuwe, nokuvela esandleni sakho lokhu sikunike wena.
Izihloko ezihlobene
Amandla
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
USomandla
Ngobakho, Jehova, ubukhulu, namandla...
Imali
Ukwenza kwenu makungabi ngokokufisa...
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Umbuso
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukupha
Yilowo nalowo anikele njengalokho...
Amavesi eBhayibheli osuku
Bhekani izingwababana ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azinaxhiba nanqolobane, kepha uNkulunkulu uyazondla; nina nizidlula kakhulu kangakanani izinyoni.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Umphefumulo wami uzithulele kuNkulunkulu kuphela;insindiso yami ivela kuye.Ivesi elilandelayo
