DailyVerses.netIzihlokoIvesi elingahleliweBhalisa

1 kaPetru 5:7

Niphonse izinkathazo zenu zonke phezu kwakhe, ngokuba uyanikhathalela.
1 kaPetru 5:7 - ZUL59

Amavesi eBhayibheli osuku

Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla ayakuba senhliziyweni yakho, ubafundise impela wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.

Ivesi leBhayibheli elingahleliwe

Ningakhathazeki ngalutho, kepha kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga. Ukuthula kukaNkulunkulu okudlula ukuqonda konke kuyakulondoloza izinhliziyo zenu nemicabango yenu kuKristu Jesu.Ivesi elilandelayo

Sekela iDailyVerses.net

Siza mina ukusakaza iZwi lika Nkulunkulu
Nikela