- Kepha ngenxa yobufebe akube yilowo nalowo abe nowakhe umfazi, nalowo wesifazane abe neyakhe indoda.
- Indoda ayinike umfazi okumfaneleyo; nomfazi enze njalo endodeni. Umfazi kanamandla phezu kowakhe umzimba, kodwa yindoda enawo; kanjalo nayo indoda ayinamandla phezu kowayo umzimba, kodwa ngumfazi onawo.
- Ningagodlelani, kuphela kube ngokwesikhathi ngokuvumelana ukuba nithole ithuba lokukhuleka, nibuye nibe ndawonye, ukuze uSathane anganiyengi ngokungazibambi kwenu.
Izihloko ezihlobene
Umshado
Ofumana umfazi uthola okuhle...
Ucansi
Ngokuba lokhu kuyintando kaNkulunkulu...
Izifiso
Kepha ngithi: Hambani ngoMoya...
Ubudlelwano
Nakuba umuntu ahlula oyedwa...
Umzimba
Kepha anazi yini ukuthi...
USathane
Qondani, nilinde. Isitha senu...
Amavesi eBhayibheli osuku
UNkulunkulu eseyivusile iNceku yakhe wayithumela kini kuqala ukunibusisa ngokuniguqula, kube yilowo nalowo kini ebubini bakhe.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Phezu kwakho konke okugcinayo,gcina inhliziyo yakho,
ngokuba kuyilapho kuvela khona ukuphila.Ivesi elilandelayo
