- Ngiphakamisela amehlo ami ezintabeni;
usizo lwami luvelaphi na?
Usizo lwami luvela kuJehova
owenzile izulu nomhlaba. - Akayikuvuma ukuba unyawo lwakho lushelele;
okulondolozayo akayikozela. - UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke;
uyakulonda umphefumulo wakho.
UJehova uyakulondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho
kusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.
Izihloko ezihlobene
Ukuncika
Ngokuba yimina Jehova uNkulunkulu...
Indalo
Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu...
Isikhuthazo
UJehova nguye ohamba phambi...
Ukwethemba
Themba kuJehova ngayo yonke...
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba bheka, owabumba izintaba,nowawudala umoya,
otshela umuntu umqondo wakhe,
owenza ukusa kube ngubumnyama,
onyathela ezindaweni eziphakemeyo zomhlaba,
igama lakhe linguJehova,
uNkulunkulu Sebawoti.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami,ngiyakufuna ekuseni;
umphefumulo wami womele wena;
inyama yami ilangazelela wena
ezweni elomileyo eligagadekileyo,
lapho amanzi engekho khona.Ivesi elilandelayo
