- Ngihawukele, Nkulunkulu,
ngokomusa wakho;
yesula iziphambeko zami ngokobubele bakho obukhulu.
Ngigezisise ebubini bami,
ungihlanze esonweni sami. - Nkulunkulu, dala kimi inhliziyo ehlanzekileyo,
uvuse umoya oqinileyo phakathi kwami. - Iminikelo kaNkulunkulu ingumoya owaphukileyo;
inhliziyo eyaphukileyo nedabukileyo,
Nkulunkulu, awuyikuyidelela.
Izihloko ezihlobene
Ukuhlanzwa
Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Isihe
Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni...
UMoya
INkosi inguye uMoya; kepha...
Inhliziyo
Phezu kwakho konke okugcinayo...
Umhlatshelo
Akakho onothando olukhulu kunalolo...
Amavesi eBhayibheli osuku
Lapho kungekho khona ukululekana,amasu ayachitheka,
kepha ngobuningi babeluleki ayakuma.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nakuba umuntu ahlula oyedwa,ababili bayakuma phambi kwakhe,
nentambo emicu mithathu ayisheshi ukugqashuka.Ivesi elilandelayo
