DailyVerses.netIzihlokoIvesi elingahleliweBhalisa

IzAga 18:6

Izindebe zesiwula ziletha ukuxabana,
nomlomo waso ubiza imivimbo.
IzAga 18:6 - ZUL59

Amavesi eBhayibheli osuku

Kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.

Ivesi leBhayibheli elingahleliwe

Ngokuba izwi likaNkulunkulu liphilile, linamandla, libukhali kunezinkemba zonke ezisika nhlangothi zombili, lihlaba kuze kwahlukaniswe umphefumulo nomoya, amalungu nomnkantsha, lahlulela imicabango nezizindlo zenhliziyo.Ivesi elilandelayo

Sekela iDailyVerses.net

Siza mina ukusakaza iZwi lika Nkulunkulu
Nikela