- Ngalokho-ke nathi, lokhu sinefu elingaka lawofakazi elisihaqileyo, masilahle konke okusindayo nesono esithandela kangaka kithi, sigijime ngokubekezela kulokhu kuncintisana esikumiselweyo.
- Sibhekile kuJesu, umqalisi nomphelelisi wokukholwa kwethu, owathi esikhundleni sentokozo ayibekelweyo wathwala isiphambano engalinaki ihlazo, wahlala ngakwesokunene sesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.
- Ukulaya konke okwamanje kungathi akusikho okwentokozo, kepha kungokosizi, kodwa ngasemuva kuyabathelela isithelo esihle sokulunga labo abahlakahliswe yikho.
- Zamelani ukuthula nabo bonke kanye nokungcweliswa, ongenakho angeyibone iNkosi.
Izihloko ezihlobene
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Ukuthula
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukunqoba
Lokho ngikukhulume kini ukuba...
Inkolo
Ngalokho ngithi kini: Konke...
UMsindisi
Uthando lukulokhu, kungesikho ukuthi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Gingqela kuJehova imisebenzi yakho,ukuze kuqiniswe amasu akho.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Jehova, unguNkulunkulu wami;ngiyakukuphakamisa,
ngidumise igama lakho,
ngokuba wenzile izimangaliso,
namasu asendulo, nokuthembeka, neqiniso.Ivesi elilandelayo
