- Ngokuba usho kanje uJehova kuyo indlu yakwa-Israyeli, uthi:
“Ngifuneni, niphile.” - Funani okuhle, hhayi okubi,
ukuze niphile,
abe nani uJehova uNkulunkulu Sebawoti kanjalo,
njengalokhu nisho. - Kepha ukwahlulela makugobhoze njengamanzi,
nokulunga njengomfula onganqamukiyo.
Izihloko ezihlobene
Ukufuna
Niyakungifuna, ningifumane, lapho ningifunisisa...
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Ubungcwele
Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa...
Umvuzo
Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo...
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Amavesi eBhayibheli osuku
Kepha ngiyanincenga, bazalwane, ngegama leNkosi yethu uJesu Kristu ukuba nikhulume zwilinye nonke, kungabikho ukwahlukana phakathi kwenu, kodwa nipheleliswe emqondweni munye nasekuboneni kunye.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Wena uyindawo yami yokucasha;uyangilondoloza ngingahlupheki;
ungiphahla ngenjabulo yokukhululwa. SelaIvesi elilandelayo
