- Niklebhule inhliziyo yenu,
hhayi izingubo zenu,
niphendukele kuJehova uNkulunkulu wenu,
ngokuba yena unomusa,
unobumnene,
wephuza ukuthukuthela,
unesihe esikhulu,
uhawukela nomubi. - “Kepha manje,” usho uJehova,
“phendukelani kimi ngenhliziyo yenu yonke,
nangokuzila ukudla, nangokukhala,
nangokulila.” - Umvini ubunile,
imikhiwane iwumile;
imipomegranati, namasundu,
nemi-apula,
nemithi yonke yasendle kubunile,
ngokuba intokozo ibunile phakathi kwamadodana abantu.
Izihloko ezihlobene
Inhliziyo
Phezu kwakho konke okugcinayo...
Ukuguqulwa
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Ukudabuka
Labo bayakhala, uJehova uyezwa...
Umusa
Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngakho awunakuzilandulela wena muntu, noma ungubani owahlulelayo, ngokuba ngalokho owahlulela ngakho omunye uyazilahla wena, ngokuba wena owahlulelayo uyakwenza khona lokho nawe.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Umphefumulo ophanayo uyakukhuluphaliswa;ophuzisayo uyakuphuziswa naye.Ivesi elilandelayo