- Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele!
- Masiphenye, sicinge izindlela zethu,
sibuyele kuJehova. - Ngakho-ke masidlule esifundisweni sokuqala ngoKristu, siqhubekele kokupheleleyo, singabuyi sibeke isisekelo sokuphenduka emisebenzini efileyo, nokukholwa nguNkulunkulu, nesifundiso sombhapathizo nokubeka izandla, nokuvuka kwabafileyo nokwahlulelwa okuphakade.
- Kepha umthelisi emi kude wayengafuni nakuphakamisela amehlo akhe ngasezulwini, kodwa washaya isifuba sakhe, ethi: ‘Nkulunkulu, ngihawukele mina soni.’
- Lapho uNkulunkulu esebona izenzo zabo ukuthi babuya endleleni yabo embi, uNkulunkulu wazisola ngokubi owayeshilo ukuthi uyakukwenza kubo, akakwenzanga.
Izihloko ezihlobene
Ukuguqulwa
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Intethelelo
Osibekela isiphambeko ufuna uthando...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Umusa
Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni...
Izinguquko
Kepha thina sonke esibuka...
Ukuvuma izono
Ngakho, vumani izono omunye...