- Ungasho ukuthi:
“Kwenziwa kanjani ukuba izinsuku zokuqala
zazizinhle kunalezi na?”
Ngokuba awubuzi kanjalo ngokuhlakanipha. - Yenama ngosuku lwenhlanhla,
kepha ngosuku olubi qonda ukuthi
nalolu uNkulunkulu ulwenzile njengalolo,
ukuze umuntu angafumani lutho
oluyakuba khona emva kwakhe. - Ngokuba akukho muntu emhlabeni
olungileyo kangaka ukuba enze okuhle, angoni.
Izihloko ezihlobene
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Inhlakanipho
Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha...
Injabulo
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Ukuncika
Ngokuba yimina Jehova uNkulunkulu...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba uNkulunkulu kasiye ongalungile ukuba akhohlwe umsebenzi wenu nothando enalubonakalisa ngakulo igama lakhe, lokhu nibakhonzile abangcwele, nisabakhonza.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Yena owakhile ekusithekeni koPhezukonkenohlezi emthunzini kaSomandla
uthi kuJehova: “Uyisiphephelo sami nenqaba yami
noNkulunkulu wami engimethembayo.”Ivesi elilandelayo
