Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wobubele, uNkulunkulu wenduduzo yonke, osiduduza osizini lwethu lonke, ukuze nathi sibe namandla okududuza abasosizini, nolunjani, ngenduduzo esiduduzwa ngayo nathi nguNkulunkulu.

Izihloko ezihlobene
Inhlupheko
Kepha uNkulunkulu womusa wonke...
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Isikhuthazo
UJehova nguye ohamba phambi...
UMduduzi
Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi...
Ububele
Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane...
Isibindi
UJehova nguye ohamba phambi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla ayakuba senhliziyweni yakho, ubafundise impela wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ubusisiwe umuntu othemba kuJehova,nothemba lakhe linguJehova.
Ngokuba uyakuba njengomuthi otshalwe ngasemanzini,
ozenabisa izimpande zawo ngasemfuleni,
ongesabi lapho kufika ukushisa,
amaqabunga awo abe luhlaza,
angabi naluvalo ngomnyaka wesigagadu,
anganqamuki ukuthela izithelo.Ivesi elilandelayo