- Ngilondoloze, Nkulunkulu,
ngokuba ngiyaphephela kuwe. - Ngithi kuJehova: “Wena uyiNkosi yami;
anginakho okuhle ngaphandle kwakho.” - Ngimbeke uJehova njalo phambi kwami,
ngokuba ungakwesokunene sami,
angiyikuzanyazanyiswa. - Uyakungazisa indlela yokuphila;
ukugcwala kwenjabulo kusebusweni bakho;
intokozo isesandleni sakho sokunene kuze kube phakade.
Izihloko ezihlobene
Ukuncika
Ngokuba yimina Jehova uNkulunkulu...
Ukuvikela
Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu...
Ukwethemba
Themba kuJehova ngayo yonke...
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Izisetshenziswa
Masiqaphelane, ukuze kuvuswe uthando...
Amavesi eBhayibheli osuku
Bantwanyana, zilindeni ezithombeni.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ubusisiwe umuntu othemba kuJehova,nothemba lakhe linguJehova.
Ngokuba uyakuba njengomuthi otshalwe ngasemanzini,
ozenabisa izimpande zawo ngasemfuleni,
ongesabi lapho kufika ukushisa,
amaqabunga awo abe luhlaza,
angabi naluvalo ngomnyaka wesigagadu,
anganqamuki ukuthela izithelo.Ivesi elilandelayo
