- Kungakaveli izintaba,
ungakawenzi umhlaba nezwe,
kuthi kusukela phakade kuze kube phakade
wena Nkulunkulu ukhona. - Ngokuba iminyaka eyinkulungwane emehlweni akho injengezolo selidlulile,
nanjengomlindo ebusuku. - Sifundise, Nkosi, ukubala izinsuku zethu,
sizuze inhliziyo enokuhlakanipha. - Yebo, ubuhle beNkosi uNkulunkulu wethu abube phezu kwethu,
umise umsebenzi wezandla zethu phezu kwethu;
yebo, umsebenzi wezandla zethu uwumise.
Izihloko ezihlobene
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Ukuqonda
Ngibize, ngiyakukuphendula, ngikutshele izinto...
Indalo
Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu...
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Ukuhlela
Gingqela kuJehova imisebenzi yakho...
Inhlakanipho
Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha...
Amavesi eBhayibheli osuku
Omunye wazisa olunye usuku kunolunye, omunye wazisa izinsuku zonke; yilowo nalowo akaqiniseke enhliziyweni yakhe.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Umphefumulo wami uzithulele kuNkulunkulu kuphela;insindiso yami ivela kuye.Ivesi elilandelayo
