- Isiwula sikhipha lonke ulaka lwaso,
kepha ohlakaniphileyo uyalugodla ekugcineni. - Ukuzidla komuntu kuyamthobisa,
kepha onomoya othobekileyo uyazuza udumo. - Ukwesaba abantu kubeka ugibe,
kepha owethemba uJehova uyalondeka.
Izihloko ezihlobene
Intukuthelo
Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni...
Inhlakanipho
Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha...
Ukuzithiba
Njengomuzi odiliziweyo ungenalugange, unjalo...
Ukuthobeka
Ngokuthobeka konke nobumnene, ngokubheka...
Ukuziqhenya
Lapho kufika ukuziqhenya, kufika...
Ukwethemba
Themba kuJehova ngayo yonke...
Amavesi eBhayibheli osuku
Owephuza ukuthukuthela muhle kuneqhawe,nobusa umoya wakhe kunonqoba umuzi.