- Ukuze izinhliziyo zabo ziduduzwe, behlanganisiwe othandweni babe nengcebo yonke yokwazi okuphelele, bazisise imfihlakalo kaNkulunkulu enguKristu.
- Ngokuba kuhlala kuye ngokomzimba ukugcwala konke kobuNkulunkulu; nigcwalisiwe kuye, yena oyinhloko yemibuso yonke namandla.
- Ngakho makungabikho muntu onilahla ngokudla nesiphuzo, noma ngemikhosi, noma ukwethwasa kwenyanga, noma amasabatha, okuyisithunzi nje salokhu obekuzakuza; kepha umzimba ngokaKristu.
Izihloko ezihlobene
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Isikhuthazo
Kepha abamethembayo uJehova bayathola...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ukuqonda
Ngibize, ngiyakukuphendula, ngikutshele izinto...
Inhlakanipho
Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha...
Amandla
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...