- Yilowo nalowo kithi makathokozise umakhelwane, kube kuhle, aze akheke.
- Ngokuba konke okwalotshwa ngaphambili kwalotshelwa ukufundiswa kwethu, ukuze ngokubekezela nangenduduzo yemibhalo sibe nethemba.
- Kepha uNkulunkulu wokubekezela nowenduduzo makaniphe nibe nokuqonda kunye phakathi kwenu ngokukaKristu Jesu.
- Ngalokho yamukelanani, njengalokho noKristu wasamukela, ukuze kudunyiswe uNkulunkulu.
- UNkulunkulu wethemba makanigcwalise ngenjabulo yonke nangokuthula konke ekukholweni, ukuze nivame ethembeni ngamandla kaMoya oNgcwele.
- Ukuba ngize kini ngokuthokoza, ngentando kaNkulunkulu, ngiphumule kanye nani.
Izihloko ezihlobene
Isikhuthazo
UJehova nguye ohamba phambi...
Umakhelwane
Owesibili yilo: ‘Womthanda umakhelwame...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Ubugovu
Ningenzi lutho ngombango nangodumo...
IZwi likaNkulunkulu
Yonke imibhalo iphefumulelwe nguNkulunkulu...
Umphakathi
Masiqaphelane, ukuze kuvuswe uthando...
Amavesi eBhayibheli osuku
Nomusa ungowakho, Nkosi;ngokuba wena umphindisela umuntu
njengokwenza kwakhe.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Owesifazane angakhohlwa umntwana wakhe oncelayoukuba angabi namusa kuyo indodana yesizalo sakhe na?
Yebo, bona bangakhohlwa,
kodwa mina anginakukukhohlwa wena.
Bheka, ezandleni zami ngikubhalile,
izingange zakho ziphambi kwami njalo.Ivesi elilandelayo
