- Njengabadabukileyo kepha siyathokoza njalo, njengabampofu kepha sicebisa abaningi, njengabangenalutho kanti sinakho konke.
- Maningaboshelwa ejokeni linye nabangakholwayo, ngokuba kunakuhlanganyela kuni ukulunga nokungalungi na? Kunabudlelwane buni ukukhanya nobumnyama na?
Izihloko ezihlobene
Ukudabuka
Labo bayakhala, uJehova uyezwa...
Injabulo
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Imali
Ukwenza kwenu makungabi ngokokufisa...
Ukuthanda izinto ezibambekayo
Ngokuba asilethanga lutho ezweni...
Umvuzo
Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo...
Ukuhlupheka
UJesu wathi kuye: “Uma...
Amavesi eBhayibheli osuku
Uma izwe linizonda, niyazi ukuthi langizonda mina ngaphambi kwenu.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ubusisiwe umuntu othemba kuJehova,nothemba lakhe linguJehova.
Ngokuba uyakuba njengomuthi otshalwe ngasemanzini,
ozenabisa izimpande zawo ngasemfuleni,
ongesabi lapho kufika ukushisa,
amaqabunga awo abe luhlaza,
angabi naluvalo ngomnyaka wesigagadu,
anganqamuki ukuthela izithelo.Ivesi elilandelayo
