- Haleluya!
Ubusisiwe umuntu omesabayo uJehova,
othokoza kakhulu ngemithetho yakhe. - Umuntu omuhle nguye onomusa, otshelekayo,
esekela izindaba zakhe ngokulunga. - Ngokuba akayikugudluka kuze kube phakade;
olungileyo uyakukhunjulwa kuze kube phakade.
Izihloko ezihlobene
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Mangala
Ukumesaba uJehova kungukuzonda okubi...
Isisa
Umphefumulo ophanayo uyakukhuluphaliswa; ophuzisayo...
Isihe
Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni...
Thembeka
Bantwanyana, masingathandi ngezwi nangolimi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Nkosi, ukufisa kwami konke kuphambi kwakho;ukububula kwami akufihlekile kuwe.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Owesifazane angakhohlwa umntwana wakhe oncelayoukuba angabi namusa kuyo indodana yesizalo sakhe na?
Yebo, bona bangakhohlwa,
kodwa mina anginakukukhohlwa wena.
Bheka, ezandleni zami ngikubhalile,
izingange zakho ziphambi kwami njalo.Ivesi elilandelayo