DailyVerses.netIzihlokoIvesi elingahleliweBhalisa

Ivesi elingahleliwe ngesivumelwano

Kepha uNkulunkulu wokuthula owakhuphula kwabafileyo umalusi omkhulu wezimvu ngegazi lesivumelwano esimiyo njalo, iNkosi yethu uJesu, makaniphelelise kukho konke okuhle, ukuze nenze intando yakhe, esebenza phakathi kwethu khona lokho okuthokozisayo emehlweni akhe ngoJesu Kristu; makube kuye inkazimulo kuze kube phakade naphakade. Amen.

Incazelo

Njalo lapho ikhasi lilayishwa kabusha, kuboniswa elinye ivesi leBhayibheli elikhuthazayo. Chofoza inkinobho ethi 'Ivesi elilandelayo' ukuze ulayishe kabusha ikhasi!

Ufuna intando kaNkulunkulu?

Ungazama ukubuza umbuzo kuNkulunkulu ngomthandazo omfushane, bese ucindezela inkinobho ethi 'Next verse'. Ungahle uthole impendulo eZwini laKhe ...