- Ungakhandlekeli ukuceba;
kuyeke ngokuqonda kwakho. - Amehlo akho ayandizela kulokho,
kepha akusekho,
ngokuba kuyazenzela impela amaphiko
njengokhozi olundizela ezulwini. - Ndodana yami,
uma inhliziyo yakho ihlakanipha,
inhliziyo yami iyakuthokoza,
yebo, eyami. - Uyise wolungileyo uyakwethaba nokwethaba,
nozala ohlakaniphileyo uyathokoza ngaye.
Izihloko ezihlobene
Imali
Ukwenza kwenu makungabi ngokokufisa...
Inhlakanipho
Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha...
Injabulo
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Umndeni
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Ukwemana
Othanda imali akayikusutha ngemali...
Ukuhlela
Gingqela kuJehova imisebenzi yakho...