- Thabathani amazwi,
nibuyele kuJehova,
nithi kuye:
“Susa konke okubi,
wamukele okuhle,
sinikele ngemilomo yethu njengangezinkunzi.” - Ngubani ohlakaniphile, aqonde lezi zinto;
ngubani onomqondo, azazi, na?
Ngokuba izindlela zikaJehova zilungile;
abalungileyo bayakuhamba ngazo,
kepha abaphambukayo bayakukhubeka ngazo.
Izihloko ezihlobene
Ukuguqulwa
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Intethelelo
Osibekela isiphambeko ufuna uthando...
Inhlakanipho
Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha...
Ukuqonda
Ngibize, ngiyakukuphendula, ngikutshele izinto...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ningahluleli, khona anisoze nahlulelwa; ningalahli, khona anisoze nalahlwa; thethelelani, khona niyakuthethelelwa.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Owesifazane angakhohlwa umntwana wakhe oncelayoukuba angabi namusa kuyo indodana yesizalo sakhe na?
Yebo, bona bangakhohlwa,
kodwa mina anginakukukhohlwa wena.
Bheka, ezandleni zami ngikubhalile,
izingange zakho ziphambi kwami njalo.Ivesi elilandelayo