- Kepha mina ngiyakumbheka uJehova;
ngiyakulindela uNkulunkulu wokusindiswa kwami;
uNkulunkulu wami uyakungizwa. - Ngubani onguNkulunkulu onjengawe
othethelela insali yefa lakho ububi bayo,
uyiyekele isiphambeko sayo, na?
Akabambeleli entukuthelweni yakhe kuze kube phakade,
ngokuba wenamela umusa. - Uyakubuye asibekezelele,
anyathele phansi ububi bethu;
yebo, uyakuphonsa zonke izono zabo ekujuleni kolwandle.
Izihloko ezihlobene
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Intethelelo
Osibekela isiphambeko ufuna uthando...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Insindiso
Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba...
Ukulalela
Niyakwazi lokho, bazalwane bami...
Isihe
Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni...
Amavesi eBhayibheli osuku
Bongani uJehova, nibize igama lakhe,nizazise phakathi kwabantu izenzo zakhe.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami,ngiyakufuna ekuseni;
umphefumulo wami womele wena;
inyama yami ilangazelela wena
ezweni elomileyo eligagadekileyo,
lapho amanzi engekho khona.Ivesi elilandelayo
