- UJehova muhle, uyinqaba ngosuku lwenhlupheko,
uyabazi abaphephela kuye. - UJehova wephuza ukuthukuthela,
mkhulu ngamandla,
akenzi onecala abe msulwa;
uJehova unendlela yakhe esivunguvungwini nasesiphephweni,
namafu ayibhuqu lezinyawo zakhe.
Izihloko ezihlobene
Ukuvikela
Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu...
Okuhle
Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane...
Ukuphepha
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Ukwethemba
Themba kuJehova ngayo yonke...
Ukubekezela
Owephuza ukuthukuthela unokuqonda okuningi...
Amandla
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Amavesi eBhayibheli osuku
Akukho okusitshekelweyo okungayikwambulwa, nokufihliweyo okungayikwaziwa.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami,ngiyakufuna ekuseni;
umphefumulo wami womele wena;
inyama yami ilangazelela wena
ezweni elomileyo eligagadekileyo,
lapho amanzi engekho khona.Ivesi elilandelayo
