- Kepha nakhu: ohlwanyela ingcosana uyakuvuna ingcosana, nohlwanyela kakhulu uyakuvuna kakhulu.
- Yilowo nalowo anikele njengalokho azikhethele khona enhliziyweni, kungabi ngokudabuka nangokucindezelwa, ngokuba uNkulunkulu uyamthanda onikelayo ethokoza.
- Kepha uNkulunkulu unamandla okunipha umusa wonke uvame, ukuze kuthi ninokwanela konke ezintweni zonke ngezikhathi zonke, nivame imisebenzi yonke emihle.
- Kepha yena onika ohlwanyelayo inhlwanyelo nesinkwa sokudliwa uyakulungisela evise imbewu yenu, andise izithelo zokulunga kwenu.
- Ukuze ezintweni zonke nicetshiswe kukho ukuphana konke okuveza ngathi ukubonga uNkulunkulu.
Izihloko ezihlobene
Ukupha
Yilowo nalowo anikele njengalokho...
Isisa
Umphefumulo ophanayo uyakukhuluphaliswa; ophuzisayo...
Isivuno
Kepha yena onika ohlwanyelayo...
Isibusiso
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Injabulo
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Inhliziyo
Phezu kwakho konke okugcinayo...
Amavesi eBhayibheli osuku
Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla ayakuba senhliziyweni yakho, ubafundise impela wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Phezu kwakho konke okugcinayo,gcina inhliziyo yakho,
ngokuba kuyilapho kuvela khona ukuphila.Ivesi elilandelayo
