- Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa, inilondoloze komubi.
- Kepha iNkosi mayiqondise izinhliziyo zenu othandweni lukaNkulunkulu nasekubekezeleni kukaKristu.
- Kepha iNkosi yokuthula uqobo mayiniphe ukuthula ngezikhathi zonke nangezindlela zonke. INkosi mayibe nani nonke.
Izihloko ezihlobene
Ukwethembeka
Ngumusa kaJehova ukuthi asiqediwe...
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Ukuphepha
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Amandla
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
USathane
Qondani, nilinde. Isitha senu...
Impi Engokomoya
Ngakho yimani izinkalo zenu...
Amavesi eBhayibheli osuku
UNkulunkulu wethemba makanigcwalise ngenjabulo yonke nangokuthula konke ekukholweni, ukuze nivame ethembeni ngamandla kaMoya oNgcwele.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngizwise umusa wakho ekuseni,ngokuba ngiyethemba kuwe;
ngazise indlela engifanele ukuhamba ngayo,
ngokuba ngiphakamisela kuwe umphefumulo wami.Ivesi elilandelayo
