- Ngiyakukuphakamisa wena Nkulunkulu wami, Nkosi,
ngilituse igama lakho phakade naphakade. - Mkhulu uJehova, umelwe ukudunyiswa kakhulu;
ubukhulu bakhe abuphenyisiseki. - UJehova ulungile ezindleleni zakhe zonke,
unomusa emisebenzini yakhe yonke. - UJehova useduze nabo bonke abambizayo,
bonke abambizayo ngeqiniso.
Izihloko ezihlobene
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Indumiso
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Ukuphila okungunaphakade
Ngizinika ukuphila okuphakade, azisoze...
Ukuqonda
Ngibize, ngiyakukuphendula, ngikutshele izinto...
USomandla
Ngobakho, Jehova, ubukhulu, namandla...
Amavesi eBhayibheli osuku
Mphefumulo wami,zithulisele kuNkulunkulu kuphela,
ngokuba ithemba lami livela kuye.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha;emlonyeni wakhe kuphuma ukwazi nokuqonda.Ivesi elilandelayo
