- Ngaye bonke abaprofethi bafakaza ukuthi ngegama lakhe bonke abakholwa nguye bayakwamukela ukuthethelelwa kwezono.
- Ngokuba akukho muntu emhlabeni
olungileyo kangaka ukuba enze okuhle, angoni. - Lapho uNkulunkulu esebona izenzo zabo ukuthi babuya endleleni yabo embi, uNkulunkulu wazisola ngokubi owayeshilo ukuthi uyakukwenza kubo, akakwenzanga.
- Ngakho owaziyo ukwenza okuhle engakwenzi kuyisono kuye.
Izihloko ezihlobene
Intethelelo
Osibekela isiphambeko ufuna uthando...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Ukuguqulwa
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Umusa
Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni...
Ukuhlanzwa
Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa...
Amavesi eBhayibheli osuku
Kepha phezu kwakho konke, bazalwane bami, ningafungi; ningafungi izulu noma umhlaba noma esinye isifungo; kodwa uyebo wenu makabe nguyebo, noqhabo uqhabo, ukuze ningaweli ekwahlulelweni.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nguye omupha oyethileyo amandla,nakongenamandla uyandisa izikhwepha.Ivesi elilandelayo
