- Ningaziphindiseli nina bathandwa, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngokwami ukuphindisela, ngiyakubuyisela mina,” isho iNkosi.
- UJehova wephuza ukuthukuthela,
mkhulu ngamandla,
akenzi onecala abe msulwa;
uJehova unendlela yakhe esivunguvungwini nasesiphephweni,
namafu ayibhuqu lezinyawo zakhe.
Izihloko ezihlobene
Ukwahlulela
Ngakho awunakuzilandulela wena muntu...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ukuguqulwa
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ogcina umyalo ulonda umphefumulo wakhe,kepha onganaki izindlela zakhe uyakufa.
