- Zonke izindlela zomuntu zilungile emehlweni akhe,
kepha uJehova ulinganisa izinhliziyo. - Ukwenza ukulunga nokwahlulela
kukhethekile kuJehova kunemihlatshelo. - Olandela ukulunga nomusa
uyafumana ukuphila, nokulunga, nodumo. - Kuyafiswa nokufiswa usuku lonke,
kepha olungileyo uyaphana engancishi.
Izihloko ezihlobene
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Ukwahlulela
Ngakho awunakuzilandulela wena muntu...
Ukuqonda
Ngibize, ngiyakukuphendula, ngikutshele izinto...
Imicabango
Ngihole, Nkulunkulu, wazi inhliziyo...
Thembeka
Bantwanyana, masingathandi ngezwi nangolimi...
Umhlatshelo
Akakho onothando olukhulu kunalolo...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba bheka, owabumba izintaba,nowawudala umoya,
otshela umuntu umqondo wakhe,
owenza ukusa kube ngubumnyama,
onyathela ezindaweni eziphakemeyo zomhlaba,
igama lakhe linguJehova,
uNkulunkulu Sebawoti.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Yini ukuba udangale,mphefumulo wami,
uyaluze phakathi kwami, na?
Methembe uNkulunkulu,
ngokuba ngisezakumdumisa yena
oyinsindiso yobuso bami noNkulunkulu wami.Ivesi elilandelayo
