- “Bayakuba ngabami,” usho uJehova Sebawoti, “babe yimfuyo yami ngosuku engiyakulwenza, ngibahawukele, njengalokhu umuntu ehawukela indodana yakhe emkhonzayo.”
- Abantu bathi kuJoshuwa: “UJehova uNkulunkulu wethu siyakumkhonza, sililalele izwi lakhe.”
- UJesu waphendula wathi: “Umbuso wami awusiwo owaleli zwe. Uma umbuso wami ubungowaleli zwe, izikhonzi zami zaziyakulwa ukuba nginganikezelwa kubaJuda. Kepha kalokhu umbuso wami awusiwo owalapha.”
Izihloko ezihlobene
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Ukuthobeka
Ngokuthobeka konke nobumnene, ngokubheka...
Ukulalela umthetho
UJesu waphendula, wathi kuye...
Ukulandela
Niyakuhamba njalo endleleni uJehova...
Umhlatshelo
Akakho onothando olukhulu kunalolo...
Insindiso
Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba...
Amavesi eBhayibheli osuku
Nguye kuphela oyidwala lami nensindiso yami, inqaba yami;angiyikunyakaziswa kakhulu.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami,ngiyakufuna ekuseni;
umphefumulo wami womele wena;
inyama yami ilangazelela wena
ezweni elomileyo eligagadekileyo,
lapho amanzi engekho khona.Ivesi elilandelayo
