- Ngiyakumbonga uJehova ngayo yonke inhliziyo yami;
ngiyakulanda zonke izimangaliso zakho. - Ngiyakujabula, ngethabe kuwe;
ngiyakudumisa igama lakho wena oPhezukonke. - UJehova uyinqaba yocindezelweyo,
uyinqaba ezikhathini zokuhlupheka. - Nabalaziyo igama lakho bayakwethemba wena;
ngokuba wena Jehova awubashiyi abakufunayo.
Izihloko ezihlobene
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Ukubonga
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Izimangaliso
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Inhliziyo
Phezu kwakho konke okugcinayo...
Ukukhuluma
Ukufa nokuphila kusemandleni olimi...
Indumiso
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba bheka, owabumba izintaba,nowawudala umoya,
otshela umuntu umqondo wakhe,
owenza ukusa kube ngubumnyama,
onyathela ezindaweni eziphakemeyo zomhlaba,
igama lakhe linguJehova,
uNkulunkulu Sebawoti.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Njengasemanzini ubuso bubhekana nobuso,injalo inhliziyo yomuntu kumuntu.Ivesi elilandelayo
