- Ufakazi oqinisileyo akaqambi amanga,
kepha ufakazi ongaqinisile uyaphafuza amanga. - Kukhona indlela ebonakala sengathi ilungile kumuntu,
kepha ukuphela kwayo kuyindlela yokufa. - Wonke umshikashika unenzuzo,
kepha amazwi omlomo abanga ukuswela kuphela. - Owephuza ukuthukuthela unokuqonda okuningi,
kepha isififane siyaphakamisa ubuwula. - Ukulunga kuyaphakamisa isizwe,
kepha ukona kuyihlazo kubantu.
Izihloko ezihlobene
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukuqamba amanga
Izindebe zamanga ziyisinengiso kuJehova...
Iqiniso
Yilowo ohamba ngobuqotho nowenza...
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Amavesi eBhayibheli osuku
Onakekela izwi uyakufumana okuhle,nowethembayo kuJehova ubusisiwe.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Noma umkhiwane ungakhahleli,kungabikho izithelo emvinini,
umsebenzi womnqumo uphuthe,
amasimu angavezi ukudla,
izimvu zinqunywe esibayeni,
kungabikho nkomo ezibayeni,
nokho mina ngiyakuthokoza ngoJehova,
ngijabulele uNkulunkulu wokusindiswa kwami.Ivesi elilandelayo
