- Olinda umlomo wakhe ugcina ukuphila kwakhe;
okhamisa izindebe zakhe uyakuba nencithakalo. - Ihlawulo lokuphila komuntu liyingcebo yakhe,
kepha ompofu akezwa ukukhuzwa. - Ngokuziqhenya kuvela ukuxabana kuphela,
kepha kwabalulekwayo kukhona ukuhlakanipha. - Imfuyo etholakala kalula iyancipha,
kepha obutha kancane kancane uyandiselwa. - Ithemba elilitshazisiweyo ligulisa inhliziyo;
isifiso esigcwalisiweyo singumuthi wokuphila. - Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha,
kepha umngane weziwula uyakushoshozelwa yizo.
Izihloko ezihlobene
Inhlakanipho
Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha...
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Imali
Ukwenza kwenu makungabi ngokokufisa...
Ukukhuluma
Ukufa nokuphila kusemandleni olimi...
Ukuthanda izinto ezibambekayo
Ngokuba asilethanga lutho ezweni...
Uvalo
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Amavesi eBhayibheli osuku
UJehova uNkulunkulu wethu makabe nathi njengalokho ayenawobaba; makangasishiyi, angasilahli.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Bongani uJehova, ngokuba muhle,ngokuba umusa wakhe umi phakade.Ivesi elilandelayo