- Othanda ukulaywa uthanda ukwazi;
ozonda ukusolwa uyisiwula. - Ukukhathazeka kwesiwula kuyaziwa ngosuku,
kepha oqondileyo uyasibekela ihlazo. - Inkohliso isezinhliziyweni zabaceba okubi,
kepha abaluleka ukuthula,
kubona kukhona intokozo. - Izindebe zamanga ziyisinengiso kuJehova,
kepha abenza iqiniso bayintokozo yakhe. - Isandla sabakhutheleyo siyakubusa,
kepha izidenge ziyakuphoqelwa umsebenzi. - Ukukhathazeka enhliziyweni yomuntu kuyayithobisa,
kepha izwi elihle liyayithokozisa.
Izihloko ezihlobene
Ukukhuluma
Ukufa nokuphila kusemandleni olimi...
Ukuqonda
Ngibize, ngiyakukuphendula, ngikutshele izinto...
Ukufunda
Ngizakukufundisa, ngikubonise indlela ozakuhamba...
Ukulalela
Niyakwazi lokho, bazalwane bami...
Intukuthelo
Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni...
Ukuzithiba
Njengomuzi odiliziweyo ungenalugange, unjalo...
Amavesi eBhayibheli osuku
Okholwa yiNdodana unokuphila okuphakade; kepha ongakholwa yiNdodana kayikubona ukuphila, kodwa intukuthelo kaNkulunkulu ihlezi phezu kwakhe.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Inhliziyo eyenamileyo iyikhambi elihle,kepha umoya owaphukileyo uyomisa amathambo.Ivesi elilandelayo
