- Ngokuba isiphetho somthetho nguKristu, kube ngukulunga kubo bonke abakholwayo.
- Ngokuba uma uvuma ngomlomo wakho ukuthi uJesu uyiNkosi, ukholwa enhliziyweni yakho ukuthi uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo, uyakusindiswa.
- Ngokuba umuntu ukholwa ngenhliziyo kube ngukulunga, ngomlomo uyavuma kube ngukusindiswa.
- Ngokuba umbhalo uthi: “Lowo okholwayo akayikujabhiswa.”
- Ngokuba “bonke abayakukhuleka egameni leNkosi bayakusindiswa.”
- Ngalokho-ke ukukholwa kuvela ngokuzwa, ukuzwa kuvela ngezwi likaKristu.
Izihloko ezihlobene
Inkolo
Ngalokho ngithi kini: Konke...
Ukukhuluma
Ukufa nokuphila kusemandleni olimi...
Ukuvuma izono
Ngakho, vumani izono omunye...
Ukuvuma
Lowo ovuma ukuthi uJesu...
Insindiso
Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba...
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba uNkulunkulu kasiye ongalungile ukuba akhohlwe umsebenzi wenu nothando enalubonakalisa ngakulo igama lakhe, lokhu nibakhonzile abangcwele, nisabakhonza.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Khulisa umntwana ngendlela eyakuba ngeyakhe;kuyakuthi lapho esekhulile,
angasuki kuyo.Ivesi elilandelayo
