- ULevitikusi 1
- ULevitikusi 2
- ULevitikusi 3
- ULevitikusi 4
- ULevitikusi 5
- ULevitikusi 6
- ULevitikusi 7
- ULevitikusi 8
- ULevitikusi 9
- ULevitikusi 10
- ULevitikusi 11
- ULevitikusi 12
- ULevitikusi 13
- ULevitikusi 14
- ULevitikusi 15
- ULevitikusi 16
- ULevitikusi 17
- ULevitikusi 18
- ULevitikusi 19
- ULevitikusi 20
- ULevitikusi 21
- ULevitikusi 22
- ULevitikusi 23
- ULevitikusi 24
- ULevitikusi 25
- ULevitikusi 26
- ULevitikusi 27
- Ungazondi umfowenu enhliziyweni yakho; ungamkhuza nokumkhuza umakhelwane wakho, kepha ungabi nasono ngaye.
Ungaphindisi, ungabi namagqubu nabantwana babantu bakho, kepha wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena; nginguJehova. - Niyakuba ngcwele kimi, ngokuba mina Jehova ngingcwele; nginahlukanisile nabezizwe ukuba nibe ngabami.
- Uma umuntu ona, enza noma yikuphi kuyo imiyalo uJehova ayale ngakho ukuthi akunakwenziwa, noma ebengakwazi, unecala nokho, futhi wothwala ububi bakhe.
- Ngalokho anogcina imiyalo yami, niyenze; nginguJehova.
- Anogcina amasabatha ami, nihloniphe indlu yami engcwele; nginguJehova.
- Kuyakuthi lapho enecala kokunye kwalokho, avume lokho one ngakho.
- Umsebenzi uyakwenziwa izinsuku eziyisithupha; kepha ngosuku lwesikhombisa kuyisabatha lokuphumula okuzothileyo, umhlangano ongcwele; ningasebenzi msebenzi; kuyisabatha kuJehova ezindlini zenu zonke.
- Uma nihamba ngezimiso zami, nigcine imiyalo yami, niyenze, ngiyakuninika imvula ngesikhathi sayo, izwe lithele ukudla kwalo, imithi yasendle ithele izithelo zayo.
Izihloko ezihlobene
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Isibi
Kepha kanazi yini ukuthi...
Ukulalela umthetho
UJesu waphendula, wathi kuye...
ISabatha
Khumbula usuku lwesabatha, ulungcwelise...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ubumnene
Ukubekezela kwenu akwaziwe ngabantu...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ingubani le Nkosi yenkazimulo na?UJehova Sebawoti
nguyena oyiNkosi yenkazimulo. Sela
Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Kepha abamethembayo uJehovabayathola amandla amasha,
bayakhuphuka ngamaphiko njengezinkozi,
bagijime bengakhathali,
bahambe bengapheli amandla.Ivesi elilandelayo