- Mbonge uJehova, mphefumulo wami;
konke okuphakathi kwami makubonge igama lakhe elingcwele. - UJehova unobubele nesihawu;
wephuza ukuthukuthela, kuvama umusa. - Njengokuba impumalanga yahlukene nentshonalanga,
udedisile kangaka kithi iziphambeko zethu. - Njengoyise ehawukela abantwana bakhe,
kanjalo uJehova uyabahawukela abamesabayo. - Kepha umusa kaJehova uphezu kwabamesabayo kwaphakade kuze kube phakade,
nokulunga kwakhe kubantwana babantwana,
kubo abagcina isivumelwano sakhe
bekhumbula iziyalezo zakhe ukuba bazenze.
Izihloko ezihlobene
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ubungcwele
Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa...
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Umphefumulo
Uma nina niselapho nimfuna...
Indumiso
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Umusa
Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni...