- Ozuza ukuqonda uthanda umphefumulo wakhe;
ogcina ingqondo uyakufumana okuhle. - Indlu nemfuyo kuyifa elivela koyise,
kepha umfazi ohlakaniphileyo uvela kuJehova. - Ogcina umyalo ulonda umphefumulo wakhe,
kepha onganaki izindlela zakhe uyakufa. - Kukhona amacebo amaningi enhliziyweni yomuntu,
kepha isiluleko sikaJehova siyakuma. - Ukuthandwa komuntu kubangwa ngumusa wakhe;
ompofu ungcono kunomuntu wamanga.
Izihloko ezihlobene
Imali
Ukwenza kwenu makungabi ngokokufisa...
Inhlakanipho
Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha...
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Ingqondo
Nakani okwaphezulu, ninganaki okusemhlabeni...
Ubudlelwano
Nakuba umuntu ahlula oyedwa...
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ungasingenisi ekulingweni,kodwa usikhulule kokubi;
ngokuba umbuso ungowakho,
namandla, nenkazimulo,
kuze kube phakade. Amen.
Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngizwise umusa wakho ekuseni,ngokuba ngiyethemba kuwe;
ngazise indlela engifanele ukuhamba ngayo,
ngokuba ngiphakamisela kuwe umphefumulo wami.Ivesi elilandelayo